Kwathi lapho izinduna zezinqola sezibonile uJehoshafati, zathi: “Impela lo uyinkosi yakwa-Israyeli.” Zase ziphambuka ukuba zilwe nayo, kepha uJehoshafati wamemeza.