1 Amakhosi 21:2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

U-Ahabi wakhuluma kuNaboti, wathi: “Ngiphe isivini sakho ukuba sibe yisivande sami semifino, ngokuba siseduze nendlu yami, ngikunike isivini esihle kunaso esikhundleni saso; kepha uma kukuhle emehlweni akho, ngiyakukunika isiliva libe yintengo yaso.”

1 Amakhosi 21

1 Amakhosi 21:1-5