Wayesethi kuzo izithunywa zikaBeni Hadadi: “Yitsheleni inkosi yami, inkosi, ukuthi: ‘Konke owathumela ngakho encekwini yakho kuqala ngiyakukwenza, kepha le nto anginakuyenza.’ ” Zase zihamba izithunywa, zambuyisela izwi.