1 Amakhosi 16:8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngomnyaka wamashumi amabili nesithupha ka-Asa, inkosi yakwaJuda, u-Ela, indodana kaBahasha, waqala ukubusa phezu kuka-Israyeli eTirisa, wabusa iminyaka emibili.

1 Amakhosi 16

1 Amakhosi 16:3-17