UmkaJerobowamu wenze njalo; wasuka, waya eShilo, wafika endlini ka-Ahiya.U-Ahiya wayengenakubona, ngokuba amehlo akhe ayequndekile ngenxa yobudala bakhe.