1 Amakhosi 14:29-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. Ezinye izindaba zikaRehobowamu nakho konke akwenzayo angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwa-Israyeli na?

30. Kwakukhona njalo ukulwa phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu.

31. URehobowamu wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide; igama likanina lalinguNahama wabakwa-Amoni. U-Abiyamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.

1 Amakhosi 14